Ibhuma umuthi lomuthi uyasebenza lapho uthaka imbiza yokukhulelwa or yokukhulelisa, uyachatha ngawo kabili ngeviki. Omama liyabiliswa linathwe ujuqeda idischarge enukayo lokumisa ukopha okungapheliyo uma ugangelwe Liyavula inzalo likhuphule lemizwa kubemnandi ekamelweni ziwe ubaba ajabule. Liyeluka izingcebethu lezitsha zasemakhaya. Isicupho sebhuma. Lisiscupho esinzima ke lo mthi. Gxoba uncwilise emanzini abandayo usele bese uyalisebenzisa njengokuyalelwa wugobela wakho. Izawthi xa ilala neny'indoda kuvele kuqhume amanz'anukayo, ake umlisa ongabekezelela leyonto.
Liyangena emithini yokuvusa indu-ku. uyangena kwisibambelelo. uyangena emithini wokumithisa. uyangena kwisihlambezo. uyasebenza ukukilina inkomo, ususe nephunga lenkomo.
SMANGELE khumalo Ngsukuma nokubonga usizo Kanye nolwaz englithola lakhaya. bengumuntu obezama ukukhulelwa for 6yrs ngzama kungenzeki kungekho bengakuthengi Uma ngyalelwa Kona kodwa kungenzeki lutho.ngafunda mapost akule page layo wekhuluma ngempepho yamawele Kanye nomhlwehlwe wembuzi or wenkomo ukuth kushise for 3days ucele okufunayo nangempela ngakwenza lokho ngacela ngcelayo ngkhuluma nje sengibambile 🙈💃💃💃💃 ngyabonga kakhulu baba uthixo asigcinele wena owner ye page.
Sli ngicela usizo oluphuthumayo...ngyagula angisindi sengizame endawen eziningi usizo angilitholi ngiphila nento eswini engayaz iyini kuqala ngangicabanga ukuth umtwana bt akusiye lento iyakhahlela iyakhala kuhle kwezikelemu... iyangigubha eswini,iqolo,isinye ikhuphuke ngocabango ingigubha ihamba yonke indawo nje eswini siyakhukhumala.....angilitholi usizo bazamile abantu abaningi bt kyafana iyaphila lento.... ngyasha ngihlale ngihelelwa...kusike angaz yin le engiphethe seside leskhath beth bayayibulala ngamakhambi bt lutho ðŸ˜ðŸ˜ðŸ˜ðŸ˜ðŸ’”💔💔 ngihluleke naku operation cz ababoni lutho odokotela....angsakhoni ukuphila nalento.....sengihambe kakhulu ngicela usizo
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.